isZULU

”Let your food be your medicine and your medicine be your food”  HIPPOCRATES 480 - 377 BC

----- Geva World Service -----

Awarded  the International Quality Crown Award - Gold Category

LONDON 2008

GEVA BLOG

IGeva F Series

IGeva F Series ingachazwa kangcono ngokuthi ungqa-phambili woKudla Okunomsoco Okuphambili kwawo wonke umkhaya nabantu abancane nabadala.  

Igremu ngalinye leGeva F Series linenhlanganisela enamandla kakhulu yezakhamzimba ezake zatholakala kuyo yonke imithombo yokudla, nawo wonke amavithamini ahlukahlukene enhlanganiseleni ephelele, inama-aminoacid wonke abalulekile ayisishiyagalombili, ama-aminoacid angabalulekile kangako angu-10 kwangu-12, ne-chlorophyll, ama-enzyme, ama-anti-oxidant/ i-Omega 3, i-Omega 6, i-Phytonutrients, amaminerali nezinye izakhi.

IGeva F Series ikabili:

Eyabantu Abafuna Ukuphila Kahle Nabanesimiso Sokuzivikela Komzimba Esiphansi

IGeva F Series isekelwe ocwaningweni lwezempilo olwenziwa emhlabeni wonke ekusetshenzisweni kwama-microalgae futhi yenziwe  ngokufanele. I-United Nations ngo-1974 yaphawula ukuthi “I-Microalgae iwukudla okuhle kakhulu kubantu”

Ukuchazwa Kokwakhiwa KweGeva F Series

IGeva F Series iwuKudla Okunomsoco Okuphambili okwenziwe ngamabele kwaqiniswa nge-microalgae edingwa umuntu evela kuGeva.

Izithako

Amabele, i-M­icroAlgae, Ushukela, Usawoti, Okokufaka Umbala Kwemvelo Nokokunandisa

IGeva F Series iwumkhiqizo wemvelo futhi ayinazo izakhi ezishintshiwe.

Ukuyilungiselela

IGeva F Series ayidingi kuphekwa. Iwukudla okusheshayo futhi imnandi. Mane nje ulandele indlela yokuyidla esikiselwe nsuku zonke, usebenzisa ukhezo olufakwe ephaketheni ngalinye, faka ubisi, noma yimuphi ujuzi owuthandayo noma amanzi ahlanzekile.

Izinzuzo empilweni

  • Ibaphatha kahle abantu abanesimiso sokuzivikela komzimba esiphansi
  • Ilungisa isimiso somzimba sokugaya ukudla
  • Yakha i-lactobacillus enempilo
  • Inciphisa i-cholesterol
  • Yandisa umfutho namandla
  • Inikeza okusansimbi futhi ilungise ukuntuleka kwegazi
  • Ihlanza isibindi
  • Yenza ululame uma ungondlekile
  • Yenza isimiso sokuzivikela komzimba sisebenze kahle
  • Ine-betacarotene yemvelo; inezakhi ezivimbela umdlavuza
  • Yehlisa umfutho wegazi  ophakeme kakhulu
  • Inciphisa imiphumela yokwelashwa ngemisebe
  • Inciphisa ukungcola kwezinso okubangwa isigidi nezidakamizwa
  • Inezakhi ezipholisa amanxeba

Yenza ukudla kwakho kube umuthi wakho

Vikela isimiso sakho sokuzivikela komzimba

Yandisa amazinga akho amandla

Kulula ukuyenza

Mane nje ufake ubisi, noma yimuphi ujuzi noma amanzi ahlanzekile, ukhezo luphakathi

Iyashesha – Isiphekiwe kakade futhi yehla esiphundu

BuiltWithNOF

[Home] [About] [Contact Us] [Services] [Testimonials] [Scientific Team] [Clinical Information] [FAQ] [QC100] [News] [Geva F Series] [Product by product] [Nutritional values] [Pricing] [Distributors] [isZULU] [seSotho] [isiXhosa] [HIV/AIDS] [HIV/AIDS and Nutrition] [Nutrition] [Algae] [Sorghum] [Amino Acids] [Minerals & Trace Elements] [Vitamins] [Legal]